Uyoze ubambe utalagu, ukubamba utalagu lapha sikhuluma ngotalagu into ebonakalayo kude uma usondela kuyona awuyiboni, uyaqhubeka uyibone futhi ile kude, ayibambeki, utalagu kalubambeki. Ukujaha utalangu KUSHO ukuthi ufuna into ongenke wayithola.
Utalagu ludalwa ukushisa ngenkathi imusebe yelanga ihlaba phansi ifika ikhande ukushisa lokho kushisa bese kungayitholi indawo yokungena phansi kufudumeze umhlabathi bese kuqala ukushisa kuphakama sakujika ngenkathi kuphakama bese ukubona ngamehlo sekucwebezela bese sithi utalagu lokho kushisa uma uzokulandela awukufici ngokwamehlo enyama kodwa ngokomuzwa uyakuzwa ngendlela yokushisa la usukhona khona

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo